Transcript

Ukuzivikela komzimba (The immune system) 2Indlela umzimba wakho olwangayo nezifo ngaphakathi

Ngesonto elizayo:Ngesonto elizayo:Ngesonto elizayo:Ngesonto elizayo:Ngesonto elizayo: Igciwane le-HIV liwahlasela kanjani amasosha omzimba

NNNNNgesonto eledlule sikwazise ngokuthi isikhumba, ikhala, amehlo nomlomo kukusizakanjani ukuvimbela amagciwane ukuze angangeni ngaphakathi emzimbeniwomuntu. Kuyenzeka amagciwane angene ngaphakathi emzimbeni womuntu. Yilesisikhathi lapho izivikela-mzimba esingakwazi ukuzibona ngamehlo ziqala khonaukunqanda amagciwane ukuthi angenzi umzimba womuntu ugule.

La masosha egazi amhlophe ayizinhlobo ezahlukene.La masosha egazi amhlophe ayizinhlobo ezahlukene.La masosha egazi amhlophe ayizinhlobo ezahlukene.La masosha egazi amhlophe ayizinhlobo ezahlukene.La masosha egazi amhlophe ayizinhlobo ezahlukene.Uma ehlasela amagciwane ahlasela ngezindlela ezingafani.Uma ehlasela amagciwane ahlasela ngezindlela ezingafani.Uma ehlasela amagciwane ahlasela ngezindlela ezingafani.Uma ehlasela amagciwane ahlasela ngezindlela ezingafani.Uma ehlasela amagciwane ahlasela ngezindlela ezingafani.

Izivikelamzimba ezisegaziniIzivikelamzimba ezisegaziniIzivikelamzimba ezisegaziniIzivikelamzimba ezisegaziniIzivikelamzimba ezisegaziniIgazi lakhiwe ngamanzi kanye nama-cells egazi.Igazi linombala obomvu ngoba ama-cells amaningiegazini abomvu. Ama-cells abomvu asiza kakhuluekuthutheni umoya esiwuphefumulayo uyeemzimbeni wonke. Amanye ama-cells asegazinisiwabiza ngokuthi ama-white blood cells ngobaawekho bomvu kodwa asamanzi. Yiwo lama-cellsamhlophe asebenza ukuvikela imizimba yethuezifweni ezahlukene. Siwabiza ngokuthi amasoshaomzimba.

ama-whiteblood cells

ama-cellsabomvu

igazi

Uma singabuka igazi eduzaneUma singabuka igazi eduzaneUma singabuka igazi eduzaneUma singabuka igazi eduzaneUma singabuka igazi eduzanesingabona lokhu:singabona lokhu:singabona lokhu:singabona lokhu:singabona lokhu:

Amanye ayawadlaamagciwane.

Amanye adla udotioqhamuka emagciwaneni.

Amanye abulala ama-cells asengenwe igciwanekanti amanye akhiqiza izivikelamzimba.

amagciwane

Uhlobo olubaluleke kakhulu lwamasosha egazi amhlophe noma asamanzi lubizwangokuthi ama-CD4 cells. La ma-cells asiza amanye ukuthi asebenze kahle. Asizangokuthi atshele amanye ama-cells ukuthi enzeni ukuze kuliwe namagciwane.Singawafanisa nosigaxamabhande bempi esegazini yokulwa namagciwane. Umaengasebenzi kahle amaCD4-cells omuntu, amanye ama-cells egazi ngeke akwaziukulwa namagciwane ngendlela efanele.

Top Related