gcina izandla zakho zihlanzekile...gcina izandla zakho zihlanzekile 0861 493 587 noma *134*928#...
TRANSCRIPT
Manzisa izandla Zisimele ngensipho
Hlikihla itenda yezandla
Hlikihla ingemuva lezandla zakho
Hlikihla phakathi kweminwe yakho
Hlikihla ingemuva leminwe ezandleni
zombili
Hlikihla izithupha Hlikihla izinzipho neminwe
Yakaza izandla Sula ngethawula elilahlwayol
Bamba umpompi ngethawula
ukuze uwuvale
Izandla zakho sezihlanzekile
Gcina izandla zakho zihlanzekile
0861 493 587 noma *134*928#[email protected] imali evamile yokushaya ucingo