(kolose 3:2) abesifazane - twr women of hope · sizwe injabulo ukuze sisize nabanye bazizwele...

2
17 Abesifazane bazinikele kuNkulunkulu ngakho konke noma bengaqondi ngezimi ezibehlelayo. Nakani okwaphezulu, ninganaki okusemhlabeni(Kolose 3:2). 18 Omama banikele abantwana babo kuNkulunkulu, babafundise ukuthi uyabathanda kakhulu ufuna uku- basiza bathole izinto ezinkulu zenkazimulo yakhe. 19 Omakoti banikele imishado nabayeni babo kuNku- lunkulu, futhi abathande ngabo. 20 Abesifazane abanomzwangedwa nabalahliwe ban- ikele izinhliziyo zabo ezaphukileyo kuNkulunkulu, bafumane ithemba. ““Okungaye sinokungena ngokukholwa kulomusa esimi kuwo, siyazibonga ekwethembeni inkazimulo kaNkulunkulu. Kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizib- onga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi ukuhlupheka ku- veza ukukhuthazela, ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, uku- qiniseka kuveza ithemba…(Roma 5:2- 5). 21 Abesifazane banikele ngekusasa labo kuNkulunku- lu. “Ngokuba ngiyazi mina imicabango engiyicaban- ga ngani, usho uJehova, imicabango yokuthula kungengeyobu- bi ukuba ngininike isikhathi …(Jeremiya 29:11). 22 UNkulunkulu athinte izimpilo zabesifazane ukuze bazi Amandla akhe, besadlulisela ithemba nokuph- ila kwabanye. “Ukuba ngokwengcebo yenkazimulo yakhe an- inike ukuqiniseka emandleni ngoMoya wakhe kumuntu on- gaphakathi(Efesu 3:16). 23 Abesifazane bayakhonza ngokunikezela usizo lwamakhono, ukuhlolelwa isifo, iziluleko, uk- walusa nokunakekela kwabesifazane abampofu nabafikile ezweni. “Ngenxa yaloko siyanikhulekela njalo ukuze uNku- lunkulu wethu anenze nibe ngabafanele ukubizwa kwenu, agcwalise ngamandla konke okuhle enikuthandayo nomse- benzi wokukholwa(2 Tesalonika 1:11). 24 Abesifazane abalalela izinhlelo zaWOH, naba- vakashela indlu kaHana nabahlanganyela emaqem- bini emikhuleko, iNkosi ibasize baqonde ngeqiniso levan- geli futhi babe nobudlelwano noJesu Krestu. UJesu wathi kuye:“mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila, akekho oza kuBaba ngaphandle kwami(Johane 14:6). Uhlelo Abesifazane Abanethemba lisakaza ngezilimi ezingaphezulu kuka 60. Izicelo zemikhuleko yenyanga zaka PH zisetshenziswa ngezilimi ezingu 70. 25 Abesifazane bakhuleke njalo njalo, bangadan- gali bazi ukuthi imikhuleko yabo yenza umahlu- ko omkhulu. Akukho ngathi, nangokwazi kwethu kodwa kungamandla kaNkulunkulu nenkazimulo yakhe nemvelo nentando yakhe. 26 Izinhlelo zaWOH zikhuthaze abesifazane abalahl- ekelwe ithemba, nababuthakathaka, kuvuswe abawileyo, abanamandla basize abasesidingweni, ku- vuswe bonke abalaleli ukuba babe seduze neNkosi, kuk- hunjuzwe abazalwane abangabodwana ukuthi ababodwa. 27 Abesifazane bomele uNkulunkulu. “Njengendlu- zela ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefu- mulo wami ulangazelela wena Nkulunkulu(Amahubo 42:1- 2). 28 Ithimba elikhiqiza izinhlelo zaWOH/PH ezisaka- zwa ngezilimi ezingaphezu kuka65. Sikhuleke ukuba uNkulunkulu agcwalise abavakashela abalaleli, aba- phendula izincwadi zemikhuleko, e mails, nama- sms, ab- anike umhlahlandlela wokuphila njengoKrestu noma be- phansi kwezimo ezinzima. 29 UNkulunkulu asifundise imicabango nezindlela zakhe, sisafunda imibhalo yezwi lakhe. “Ngokuba imicabango yami ayisiyo imicabango yenu, nezindlela zenu azisizo izindlela zami, usho uJehova(Isaya 55:8). 30 Abesifazane ba”langazelele ubisi lokomoya” ban- ambithe, iNkosi yinhle (1 Petru 2:2). 31 Izisebenzi zesifazane zincike eNkosini. “Ukuze uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Krestu, uYise wenkazimulo, aniphe umoya wokuhlakanipha nokwambule- lwa ekumazini yena(Efesu 1:17). HOLY BIBLE, NEW INTERNATIONAL VERSION®, NIV® COPY- RIGHT © 1973, 1978, 1984, 2011 BY BIBLICA, INC.® USED BY PERMISSION. ALL RIGHTS RESERVED WORLDWIDE Khulekela abesifazane balambele uNkulunkulu Ikhalende lomkhuleko Mfumfu 2016 isiZulu

Upload: others

Post on 15-Feb-2021

2 views

Category:

Documents


0 download

TRANSCRIPT

  • 17 Abesifazane bazinikele kuNkulunkulu ngakho konke noma bengaqondi ngezimi ezibehlelayo. “Nakani okwaphezulu, ninganaki okusemhlabeni” (Kolose 3:2).

    18 Omama banikele abantwana babo kuNkulunkulu, babafundise ukuthi uyabathanda kakhulu ufuna uku-basiza bathole izinto ezinkulu zenkazimulo yakhe.

    19 Omakoti banikele imishado nabayeni babo kuNku-lunkulu, futhi abathande ngabo.20 Abesifazane abanomzwangedwa nabalahliwe ban-ikele izinhliziyo zabo ezaphukileyo kuNkulunkulu, bafumane ithemba. ““Okungaye sinokungena ngokukholwa kulomusa esimi kuwo, siyazibonga ekwethembeni inkazimulo kaNkulunkulu. Kepha akusikho lokho kuphela, kodwa sizib-onga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi ukuhlupheka ku-veza ukukhuthazela, ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, uku-qiniseka kuveza ithemba…” (Roma 5:2- 5).

    21 Abesifazane banikele ngekusasa labo kuNkulunku-lu. “Ngokuba ngiyazi mina imicabango engiyicaban-ga ngani, usho uJehova, imicabango yokuthula kungengeyobu-bi ukuba ngininike isikhathi …” (Jeremiya 29:11).

    22 UNkulunkulu athinte izimpilo zabesifazane ukuze bazi Amandla akhe, besadlulisela ithemba nokuph-ila kwabanye. “Ukuba ngokwengcebo yenkazimulo yakhe an-inike ukuqiniseka emandleni ngoMoya wakhe kumuntu on-gaphakathi” (Efesu 3:16).

    23 Abesifazane bayakhonza ngokunikezela usizo lwamakhono, ukuhlolelwa isifo, iziluleko, uk-walusa nokunakekela kwabesifazane abampofu nabafikile ezweni. “Ngenxa yaloko siyanikhulekela njalo ukuze uNku-lunkulu wethu anenze nibe ngabafanele ukubizwa kwenu, agcwalise ngamandla konke okuhle enikuthandayo nomse-benzi wokukholwa” (2 Tesalonika 1:11).

    24 Abesifazane abalalela izinhlelo zaWOH, naba-vakashela indlu kaHana nabahlanganyela emaqem-bini emikhuleko, iNkosi ibasize baqonde ngeqiniso levan-geli futhi babe nobudlelwano noJesu Krestu. UJesu wathi kuye:“mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila, akekho oza kuBaba ngaphandle kwami” (Johane 14:6).

    Uhlelo Abesifazane Abanethemba lisakaza ngezilimi ezingaphezulu kuka 60. Izicelo zemikhuleko yenyanga zaka PH zisetshenziswa ngezilimi ezingu 70.

    25 Abesifazane bakhuleke njalo njalo, bangadan-gali bazi ukuthi imikhuleko yabo yenza umahlu-ko omkhulu. Akukho ngathi, nangokwazi kwethu kodwa kungamandla kaNkulunkulu nenkazimulo yakhe nemvelo nentando yakhe.

    26 Izinhlelo zaWOH zikhuthaze abesifazane abalahl-ekelwe ithemba, nababuthakathaka, kuvuswe abawileyo, abanamandla basize abasesidingweni, ku-vuswe bonke abalaleli ukuba babe seduze neNkosi, kuk-hunjuzwe abazalwane abangabodwana ukuthi ababodwa.

    27 Abesifazane bomele uNkulunkulu. “Njengendlu-zela ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefu-mulo wami ulangazelela wena Nkulunkulu” (Amahubo 42:1- 2).

    28 Ithimba elikhiqiza izinhlelo zaWOH/PH ezisaka-zwa ngezilimi ezingaphezu kuka65. Sikhuleke ukuba uNkulunkulu agcwalise abavakashela abalaleli, aba-phendula izincwadi zemikhuleko, e mails, nama- sms, ab-anike umhlahlandlela wokuphila njengoKrestu noma be-phansi kwezimo ezinzima.

    29 UNkulunkulu asifundise imicabango nezindlela zakhe, sisafunda imibhalo yezwi lakhe. “Ngokuba imicabango yami ayisiyo imicabango yenu, nezindlela zenu azisizo izindlela zami, usho uJehova” (Isaya 55:8).

    30 Abesifazane ba”langazelele ubisi lokomoya” ban-ambithe, iNkosi yinhle (1 Petru 2:2).31 Izisebenzi zesifazane zincike eNkosini. “Ukuze uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Krestu, uYise wenkazimulo, aniphe umoya wokuhlakanipha nokwambule-lwa ekumazini yena” (Efesu 1:17).

    HOLY BIBLE, NEW INTERNATIONAL VERSION®, NIV® COPY-RIGHT © 1973, 1978, 1984, 2011 BY BIBLICA, INC.® USED BY PERMISSION. ALL RIGHTS RESERVED WORLDWIDE

    Khulekela

    abesifazanebalambele uNkulunkulu

    Ikhalende lomkhulekoMfumfu 2016

    isiZulu

  • lokhu kuyintando kaNkulunkulu kuKrestu Jesu ngani” (1 Tesa-lonika 5:18).

    10 Abesifazane bathokozele ubuhle bukaNkulunkulu ngokutshela nabanye ngemisebenzi yakhe.11 UBaba wethu asihlanze kubo bonke ububi bezwe, ukuzicabangela thina, izinkanuko zenyama, uku-phakama okungasisusa ecebweni lakhe ngezimpilo zethu. Simbonge uNkulunkulu, uMsindisi, noMkhululi wethu.

    12 Abesifazane bazi ukuthi uNkulunkulu uyabathan-da futhi ubathethelele, ufisa bameme uKrestu ezimpilweni zabo. “Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho …. ukholwa enhliziyweni yakho ukuthu uNkulunkulu wam-vusa kwabafileyo, uyakusindiswa” (Roma 10:9).

    13 Abesifazane bafumane ithemba, kwenzeke konke besazinikela kuye. “Ngakho ngenamile ebuthakathakeni, nasekuphathweni kabi, nasekuswele-ni, nasekubandezekeni ngenxa kaKrestu, ngokuba uma ngibuthakathaka, yikhona nginamandla” (2 Korinte 12:10).

    14 Yahweh Rope – (uNkulunkulu ophilisayo) – aphilise abesifazane ababhekana nezimo zendlala, ukun-gasebenzi, udlame emakhaya, ukudivoswa,ukucwaswa ngokocansi, ukudayisa ngemizimba neHIV/AIDS. Siyabon-ga uNkulunkulu ubapha isibindi sokulandela indlela yokuk-holwa. “ Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wo-bugwala, kepha owamandla, nowothando, nowokuzikhuza” (2 Timothewu 1:7).

    15 Abesifazabe bathole ithemba nenjabulo kubudle-lwano noNkulunkulu. “Okungaye sinokungena ngokukholwa kulomusa esimi kuwo, siyazibonga ekwethem-beni inkazimulo kaNkulunkulu. Kepha akusikho lokho kuphe-la, kodwa sizibonga nangezinhlupheko ngokwazi ukuthi uku-hlupheka kuveza ukukhuthazela, ukukhuthazela kuveza uku-qiniseka, ukuqiniseka kuveza ithemba…” (Roma 5:2- 5).

    16 UNkulunkulu agcwalise abesifazane ngoMoya wakhe ukuze banakekele, babubule, bathokoze njengaye.

    1 Abesifazane benze isikhathi sokuba sebukhoneni bu-kaNkulunkulu, bemkhonza bemdumisa ezinhliziyweni zabo, banikele konke kuNkulunkulu ngoba uyabakhathalela kube inkazimulo kuye.

    2 Abesifazane bafune uNkulunkulu. “Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa ngenhliziyo yenu yonke” (Jeremiya 29:13).

    3 Abesifazane bashintshe izinto ezibathiya ukufuna uNkulunkulu nokuzwa iphimbo lakhe. “Ngazise im-endo yakho Jehova, ngifundise izindlela zakho, ngihamb-ise eqinisweni lakho, ungifundise, ngokuba unguNkulunkulu wensindiso yami” (Amahubo 25:4- 5).

    4 Abesifazane bezwe ukuthula okukuNkulunkulu. “Uku-thula ngikushiya kinina, ukuthula kwami nginipha ko-na. Akunjengokupha kwezwe ukunipha kwami. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, ingesabi” (Johane 14:27).

    5 Abesifazane balambele uNkulunkulu kunezinto zonke. “Nginobani ezulwini na? Uma nginawe, angifuni lutho emhlabeni” (Amahubo 73:25).

    6 Abesifazane baqale usuku noNkulunkulu, bajabule-le ubukhona bakhe, balindele uMoya Oyingcwele abagcwalise ukuze bakwazi ukubhekana nezinselelo, adu-nyiswe uNkulunkulu.

    7 Abesifazane bangene ebukhoneni bukaNkulunkulu ngokubonga nasemasangweni ngendumiso.Sikhuleke ukuba baqhubeke bakhulume, balalele uNkulunkulu ngez-into ezenzekayo imihla yonke.

    8 Abesifazane baye ngesibindi phambi kwesihlalo sobukhosi sikaBaba ngokomusa kaJesu Krestu., bad-umise uNkulunkulu ngothando, umusa, ukuhawukela, uku-qondisa nokuvikela.

    9 Abesifazane bafumane ithemba kuNkulunkulu noma impilo inezinselelo. “Kukho konke bongani, ngokuba

    M f u M f u 2 0 1 6 • K h u l e K e l a a b e s i f a z a n e b a l a M b e l e u n K u l u n K u l u

    P r o j e c t H a n n a h • P O B o x 4 2 3 2 , K e m p t o n P a r k , 1 6 2 0 • P h o n e : 0 1 1 9 7 4 2 8 8 6 • i n f o @ p h a f r i c a . o r g • w w w . p h a f r i c a . o r g

    S i c e l a n i K h u l e K e l e . . .Kwamanye amazwe abesifazane namantombazane batshelwe ukuthi ababalulekile futhi bawumthwalo nje.emindenini. Kanti kwimindeni ecebile kuthiwe abesifazane ukuze bafaneleke kumele babe bahle, babe nemfundo futhi babe nokuphathekayo. Ngakho ke abesifazane ezindaweni zonke bazama ukuzithola ngobudlelwano, ngezimpahla, amakhaya, imfundo nokunye. Kanti loko kungeqede inxano nenjongo yokuphila. Sakhiwe nenxano -lokulambela uNkulunkulu.

    UNkulunkulu ufisa ukuchitha isikhathi nathi, ngakho usenze sanokumlambela okujulile okungagcwaliswa kuphela ukuba nobudlelwano Naye. Thina bantu sinoku-lambela injabulo etholakala ngokuba sothandweni noN-kulunkulu. Uma sifunda izwi Lakhe, sikhuleka, uNku-lunkulu uyasigcwalisa, asishintshe, asiholele kumathubeni okuphila njengoKrestu. Siyizandla, izinyawo nephimbo uma izimpilo zethu ziguquliwe zalambela ukugcwaliswa ngokuchitha isikhathi noJesu.

    Uma sigcwalisiwe, siba namandla okwenza konke ngaye osiqinisayo, njengalokhu uMphostoli uPawuli es-hilo. UNkulunkulu uyasisiza sinqobe izinselelo zethu sizwe injabulo ukuze sisize nabanye bazizwele ithemba Kuye. Indlala, ukunotha, ukungafundi, ukugula nalo lonke uhlobo lodlame ngeke loko kuvimbe abesifazane ukuba basondelane noNkulunkulu “Ukuze ngimazi yena, naman-dla okuvuka kwakhe, nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngimfuze ngokufa kwakhe” (Filiphu 3:10).

    Zikhulekele, nabanye kanye nabesifazane kwamanye amazwe. Sikhulekele ukuba abesifazane babe nokulamb-ela ukusondela kuNkulunkulu bachihe isikhathi befunda izwi lakhe, bekhuleka bamvumele ahlale kubo.